UYIFAKA KANJANI IMALI EKHADINI LAKHO LABAFUNDI UMA UFUNA KU PRINTA KUMNTAMPOWOLWAZI WASE DUT: 1. Okubalilekile kuthi fanele ube ne khadi labafundi elisebenzayo isibonelo sekhadi labafundi. 2. Bheka imishini emntapweniwolwazi wase DUT. 3. Swayipha ikhadi lakho kuqala ukuze umshini ukwazi kulibona ikhadi lakho. 4. Faka imali yephepha noma imali eyuhlamvu iya kubasebenzi base mntapweniwolwazi uma ufuna ukubuza ngenani elifakwa emshinini. 5. Imali yakho isifakiwe. 6. Hamaba uye mshinini woku printer u swayiphe ikhadi lakho kweminye yemishini woku printer. 7. Usukulungele ukuprinter.